''Angikaze ngiyibone ingozi enje empilweni yami"

2016-04-29 17:10

Randfontein - Ingozi yetekisi neloli eyenzeke eRandfontein ngoLwesihlanu edlule nanantu abangu-14 yimbi kunazoznke izingozi esezake zenzeka eminyakeni eyishumi, kusho owomnyango wezokuthutha eMogale City.

"Kusolwa ukuthi umshayeli wetekisi ungene ngaphambi kweloli kwadaleka ingozi ku-R41 eRandfontein," kusho isikhulumi uPapi Motaung.

OLUNYE UDABA: Kushone 14 kweyetekisi neloli

Izicubu zomzimba zisakazeke phansi engwaqeni uR41, ovele wavalwa.

Owe-ER24 uthe izimoto zivele zahlakazeka zombili.

UTelevision Maluleke osebenza nomshayeli welol oshonile uthe bekungathi yiphupho.

"Ngesikhathi ngiyobheka uzakwethu endaweni yesigameko ngithole ukuthi akasekho," kusho uMaluleke.

"Akukholakali ukuthi akasekho."


UMaluleke ehluleka ukubamba izinyembezi uthe akakaze ayibone ingozi enje empilweni yakhe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.