Angisajoli noKhune: OkaMpisane umntwana

2016-07-25 08:39

Johannesburg - Kubukeka sengathi sekuphelile phakathi kwesihlabani sebhola u-Itumeleng Khune nentombi yaso uSbahle Mpisane ngemuva kokuqeda unyaka bejola.

USbahle ubhale enkundleni yezokuxhumana ngeSonto mayelana nokwehlukana kwakhe noKhune.

OLUNYE UDABA: Kuhle konke phakathi kukaKhune noSbahle Mpisane

USbahle ubhale enkundleni yezokuxhumana i-Instagram wafaka isithombe noKhune, wabhala ukuthi kusemnand:

"Akusiyo yonke into eyenzeka ngalendlela ofisa ngayo... kwezinye izimo kubakuhle uma uziqhelelanisa nazo! Angisathandani nonozinti weKaizer Chiefs neBafana Bafana, uKhune."

Lezi zithandani zigubhe unyaka owodwa zisathandana ngoJuni.

UKhune  ngaphambilini wayethandana nesimomondiya saseThekwini esinguMinnie Dlamini, kubika iSundayWorld.



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.