Angisoze ngakuxolela - Ubaba wengane eyathunjwa ngo-1997

2016-08-02 20:05

Cape Town - Ubaba wengane uZephany Nurse uthe akasoze maxolela owesifazane owathumba indodakazi wakhe yokuqala ilele ezandleni zika nina kuze kube ukuthi ukhuluma iqiniso.

"Usibulele ngezindlela eziningi," kusho uMorne Nurse etshela owathum,ba indodakazi yakhe ngesikhathi ethula ubufakazi kuqhubeka ukulalelwa kwesigwebo eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA:Uthi akabenzanga ubugengengu osolwa ngokuthumba ingane ngo-1997

"Awusoze wakuzwa ubunzima esidlule kubo. Phumela obala utshengise ukuthi umthanda kangakanani uZephany. Sitshele ukuthi wenzani mase siyakuxolela."

Umsolwa osekhulise le ngane iminyaka engu-18 umile kwelokhuthi akazange ayithumbe ingane esibhedlela iGroote Schuur ngo-1997 isanezinsuku ezintathu izelwe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.