Angizile ukuzovala indawo kaZungu - OweDowns

2016-07-27 07:38

Pretoria – Umdlali omusha weMamelodi Sundowns, uLucky Mohomi, uthi abalandeli bamaBrazilian kumele bangamboni njengomuntu ozovala isikhala sikaBongani Zungu futhi naye akazimisele ngokusivala.

UMohomi usayine inkontileka yeminyaka emithathu ngenyanga edlule ngemuva kwesizini eyodwa ekuFree State Stars.

Funda nalolu daba: Umqeqeshi webhola lakuleli ubulale umkakhe nezingane

Lo mdlali uthi ufuna ukudlala ngendlela yakhe ngaphandle kokuqhathaniswa noZungu.

"Cha, angiziboni njengomuntu ozovala indawo kaBongani Zungu," kusho uMohomi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.