Angizizwa ngi-sexy uma ngigqoke idilozi- Zodwa Wabantu

2016-09-06 10:02

Johannesburg  - "Ngiwulomuntu nje, nginje."

Lawa ngamazwi kaloyo odume ngokudansa eYadini Lounge, eMlazi, eThekwini, KwaZulu-Natal, uZodwa Libram, 31.

UZodwa osedume ngoZodwa Wabantu ohlezi ebonakala eYadini Lounge eMlazi njalo ngeSonto egqoke ezincane izingubo ngaphandle kokugqoka idilozi ngaphansi futhi ohlezi ephethe ibhodlela le-Savanna esandleni.

OLUNYE UDABA: UMAM'GOBHOZI: UZodwa waseYadini akasiye usaziwayo

Uma kungena iculo ubonakala enze adume ngazo edansa ejikizisa umzimba.

UZodwa wakhulela eGoli eSoweto enza umsebenzi wokuba yi-bartender eThe Rock Club ngaphambi kokuthuthela KwaZulu-Natal emnyakeni emithathi eyedlule.

UZodwa utshele abeDaily Sun ukuthi: "Ngiyimina, yingakho ngigqama. Angiziphophothi futhi angizifaki nezinwele. Ngizimele futhi angilali namadoda ngoba ngifuna imali. Ukuzethemba okwenza umuntu wesifazane aheheke."

Amavideo nezithombe zikaZodwa esezidale umsindo omkhulu ezinkundleni zokuxhumana, atuswe ngabaningi ngokuziba okushiwo ngabanye kodwa abanye bebemugxeka ngokudansa kwakhe nokungaligqoki idilozi.

"Idilozi alingiphathi kahle. Angizizwa ngi-sexy uma ngiligqokile. Ngiyazithandela kanti abantu kufanele bakwamukele."

Ngphambilini uZodwa waphuma emaphepheni ngokujola naloyo owayengumyeni kaKhanyi Mbau uMandla Mthembu. Ubhalwe ngisho nasemlandweni kaKhanyi Mbau.

"Ngangingazi ukuthi ungubani uMandla kodwa nguye owayethanda mina,"kusho uZodwa.

UZodwa uqhube ngokuthi unamnaflethi okuhlala kuwo izitshudeni.

"Ngisebenzisa imali yami. Ngizithengela mina utshwla. Angilai namadoda ."

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.