Asagcwele amathafa amadoda abulale usomatekisi eGoli

2016-07-05 19:02

Johannesburg - Agcwele amathafa amadoda amabili adubule abulala usomatekisi wase-Ivory Park, kuhso amaphoyisa ngoLwesibili.

Umnikazi wamatekisi ubeyolanda imali esetshenziwe kubashayeli bakhe benhlangano yamatekisi yase-Ivory Park ngemuva kwezithuba zabo-06:00 ngoLwesibili ngesikhathio ehlaselwa ebulawa, kuaho uCaptain Kay Makhubele uthe esitatimendeni.

Kuthiwa la madoda aphuma emotweni ngaphambi kokudubula bebhekise kulo somatekisi.

OLUNYE UDABA: Ivideo kubulawa usomatekisi eMpangeni

"Lo somatekisi ushonele endaweni yesigameko," kusho uMakhubele.

La madoda abe esebaleka endaweni yesigameko ngemoto yohlobo lwe-Toyota Tazz.

An Ivory Park taxi owner was shot and killed by two men who were now on the run, police said on Tuesday.

Amaphoyisa acela onolwazi ngesigameko uwabukele ukuze kuzoboshwa ababulali.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.