Asavaliwe amabhishi eThekwini kulandela izikhukhula

2016-07-27 19:00

Durban – Umasipala weTheku uvale iNorth kanye neSouth beach ngenxa yamagagasi amakhulu ngemuva kwemvula enamandla.

Ithimba lababhekana nezinhlekelele kulo masipala lithi liqaphe izinga lamanzi emifuleni nakwimifudlana kuleli dolobha.

OLUNYE UDABA:Kuvalwe amanye amabhishi eThekwini ngenxa yemfucuza

Ngokusho kwaleli thimbi ilokishi lakwaMashu ilona elikhungatheke kakhulu njengoba imizi eminingi ihlaselwe izikhukhula.

Izakhamuzi zakule ndawo zisacuphe emahholo omphakathi. Kuguguleke nemigwaqo eminingi emalokishini ahlukahlukene, kubika iSABC News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.