Asekhushuliwe amaholo ezisebenzi zasekhaya

2016-11-09 18:00

Umnyango wezabasebenzi umemezele ukukhukhulwa kweholo labasebenzi basemakhaya, kubika iSowetan.

Lezi zinguquko zizoqala ukusebenza ngokusemthethweni ngomhlaka 1 kuDisemba kuwo lo nyaka.

Ngokusho kwalo mnyango, leli holo elisha lizoze lishintshwe ngoNovemba 30, ku-2017.

Abasebenzi basezindlini eziholwa ngomasipala abakhulu kanye nalabo abasebenza amahora angaphezu kwangu-27 ngesonto sebezohola u-R12.42 ngehora kusukela ku-R11.44, imali yabo yangesonto izoba ngu-R559.09 kusukela kuR514.82, kanti ngenyanga sekuzoba u0R2422.54‚ kusukela ku-R2230.70.

OLUNYE UDABA:Usalithola iholo uthisha owaxoshwa eThekwini

Abasebenzi abasezindaweni ezaziwa ngokuthi u-Area B abasebenza amahora angaphezu kuka-27 ngesonto bona bakhushulelwe kanjena u-R11.31‚ ngesonto ngu-R508.93 kanti ngenyanga wu-R2205.17.

“Lezi zinguquko zihambisana nomthetho weZimo zokuSebenza nokungumthetho ogunyazwe yi-Sectoral Determination. Abasebenzi basezindlini bathathwa njenbabasebenzi abazwela kakhulu yingakho amaholo abo angaphansi kwe-Sectoral Determination," kusho lo mnyango ngesitatimende.

Abantu ababalwa ngaphansi kwabasebenzi basekhaya, ngabantu abahlanzisisa amakhaya, abenza ingadi, abaqapha izingane, kanye nabashayeli basekhaya.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.