Asenkantolo amadoda abhekene nawokubulala izingane eMpumalango

2018-04-04 14:01

Johannesburg - Amadoda amabili ayeboshelwe ukubulala izingane ezimbili, enye yazo iyi-albino kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseWitbank namuhla eMpumalanga.

La madoda, uThemba Thubane noKnowledge Mhlanga kulindeleke ukuba bafake isicelo sebheyili enkantolo.

Ngaphambilini ngesikhathi bevele enkantolo, icala ,labo lahlehliswa ngemuva kokuba ummeli wabo engemuhle kahle empilweni.

OLUNYE UDABA:I-SAHRC ikhathazekile ngokubulawa kwabangama-albino

Khonamanjalo, omunye umsolwa uThokozani Msibi wanqatshelwa ibheyili kuye le nkantolo.

Omunye umsolwa uMthokozisi Mkhize wakhetha ukungasifaki isicelo sebheyili.

Abasolwa abane babhekene namacala okubulala, ukuthumba, ukwakha uzungu lokuthumba nokuhlukumeza izidumbu.

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.