Asezoqhubeka nokusebenza ngokujwayelekile amatekisi eMnambithi

2018-01-08 18:00

eMnambithi - Asezoqala ukusebenza amatekisi aseMnambithi ngemuva kokuba uNgqongqoshe wezokuThutha esifundazweni iKwaZulu-Natal amemezela ukuthi uzowamisa isikhathi esingangezinyanga eziyisithupha.

Yize esheshe abuyiselwa emsebenzini la matekisi, kusanemigomo nemibandele ebekiwe njengoba esezobuyela emgwaqeni asebenze.

UMnyango wezokuThutha, ukuVikeleka koMphakathi kanye nezokuXhumana, ngokubambisana nomasipala wakule ndawo, bazobamba imihlangano eyahlukahlukene lapho bezoxhumana khona nemiphakathi ukwethula umbiko mayelana nesinqumo sikaNgqongqoshe.

OLUNYE UDABA: Amatekisi abuyela emgwaqeni eThekwini

Iminingwane mayelana nezindawo zemihlangano, isazokhishwa wuMasipala i-Alfred Duma, kubika iLadysmith Gazette.

Ikhansela uThemba Ngubane onguSomlomo kulo Masipala unxuse amalungu omphakathi ukuba aphume ngobuningi babo ukuzokwethamela le mihlangano.

Konke lokhu kulandela izidubedube ezibe khona namhlanje ekuseni, ababhikishi bevale imigwaqo bokhela amabhasi ayisihlanu ngomlilo bekhala ngokungabikhopna kwezinto zokuhamba kule ndawo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.