"Asiboni ukuthi siyophinde sibathembe abashayeli bamatekisi"

2016-05-03 11:31

Johannesburg - Izihlobo zabesifazane ababili abadlule engozini yetekisi neloli eyenzeke ngesonto eledlule eRandfontein zithi zisakhungathekile kanti futhi zithi aziboni ukuthi zisazophinde zibathemba abashayeli bamatekisi.

Kwashona abantu abangu-15 ngesikhathi itekisi ababehamba ngayo ishayisana neloli ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: UMchunu uthi iyashaqisa kakhulu ingozi eyenzeke e-KZN

Kukholakala ukuthi umshayeli wetekisi wangena ngaphambi kweloli.

Umndeni wakwaMabule uthi waqala ukusola ukuthi kukhona okubi okwenzekile ngesikhathi umama wekhaya uThandi nodadewabo omdala u-Elisa bengabuyi ekhaya ngoLwesihlanu ebusuku ngemuva kokuhamba eRandfontein ekuseni ngalolo suku.

U-Amanda Mabule ongudadewabo ka-Elisa nendodakazi kaThandi ithi uthi akaziboni ehamba noma edlule endaweni yesigameko okwashonela kuyo abathandiweyo bakhe.UPalesa ongumakoti wakwaMabule uthi kuyamkhathaza ukucabanga ngokugibela itekisi, kubika i-Eyewitnessnews.

"Asikwazi ukubathemba abashayeli bamatekisi, ngisashaqekile kanti futhi angifuni ukuphinde ngigibele itekisi."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.