Asihlahlonzwa isidumbu esitholwe yizingane ziya esikoleni

2017-09-01 14:01

Cape Town – Amaphoyisa namanje awakasihlonzi isidumbu sowesifazane esitholakale silahliwe eDelft, ngaphandle kwaseKapa.

Isidumbu sitholwe yizingane ebezilibhekise esikoleni ngoLwesine ekuseni.

Isisulu kukholakala ukuthi ngesowesifazane oneminyaka eko-30 ubudala.

OLUNYE UDABA: Kushone abashayeli kungqubuzana izimoto

Okhulumela amaphoyisa uFrederick van Wyk uthi owesifazane ubegqoke ibhulukwe le-tracksuit eli-navy blue, nokwangaphezulu oku-grey kanye namasokisi.

“Endaweni yesigameko akekho umuntu okwazile ukuhlonza isidumbu. Ayikho futhi neminye imininingwane ebisitholakale.

“Imbangela ngesigameko ayikaziwa kodwa sesivule icala lokubulala kanti nophenyo luyaqhubeka.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.