Asikahlonzwa isidumbu esatholwa sesonakele sintanta edamini

2016-08-13 08:35

Bloemfontein - Kutholwe isidumbu sendoda esonakele sintanta edamini eWitpan, emafemini aseWelkom, kusho amaphoyisa aseFree State ngoLwesihlanu.

Selokhu lesi sidumbu satholwa ngumdobi ngoMgqibelo, besingakahlonzwa emakhazeni ahulumeni, kusho uCaptain Thakeng.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sosana sesonakele eDurban North

Abaphenyi badalule ukuthi le ndoda yashaywa ekhanda ngensimbi yal;ahlwa edamini. Akukakaboshwa muntu.

Uma kukhona onolwazi uyacelwa ukuba ashayele ucongo uDetective Sergeant Teswin Carls ku-057 391 6263 ngesikhathi somsebenzi noma ku-072 294 9306.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.