Asikaphumi isinqumo esibhekwe ngabomvu ngodaba lwe-SABC

2016-07-07 19:01

Durban - Inhlangano emele ezokuxhumana kuleli i-ICASA ayikakaphumi nesinqumo mayelana nezikhalazo ezifakiwe ngesinqumo sokuba iSABC ingasakazi udlame olwenzeka kwimibhikisho.

Lezi zikhalazo zafakwa izinhlangano ezizimele ezithi iSABC ayinalo ilungelo lokuchema kwindlela esakaza ngayo izindaba.

UBonginkosi Mthembu ongumphathi we-TAC esifundazweni saseGoli uthe: “ISABC ingumsakazeli womphakathi ngakhoke umphakathi unelungelo lokwazi ukuthi kwenzakalani eNingizimu Afrika nakwamanye amazwe.”

I-ICASA inamasonto amabili idingida udaba lwalezi zikhalazo kanti abaningi bebebheke ukuthi isinqumo sizokhishwa ngoLwesine kodwa kuze kwashona ilanga ingakatholakali inqubekela phambili, kubika iSABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.