'Asikho isiqiniseko sokuthi umgadli weDowns uzokwenza kahle nakwiChiefs'

2017-01-23 11:31

Johannesburg - Lowo owayengunozinti weKaizer Chiefs, uBanks Setlhodi, akanaso isiqiniseko sokuthi umdlali ofunwa yiChiefs, uLeonardo Castro, uzodlala kahle njengakwiMamelodi Sundowns uma ejoyina leli qembu.

Ngesikhathi ebuzwa ukuthi yibaphi abadlali angathanda ukubabona kuleli qembu, uSetlhodi, 69, uthe kuzoba nzima ukuba leli qembu lisayinise umdlali osezingeni, ofanelwe ukudlalela lezi zinkunzi zaseSoweto.

OLUNYE UDABA: IChippa izoshintshisana ngabadlali nePirates

“Empeleni abekho abadlali kule ligi abangalunga ukudlalela iChiefs. Uma ubuka amaqembu akule ligi, uyabona ukuthi kuzoba nzima ukuthola abadlali abasezingeni ngalesi sikhathi,” usho kanje.

Ekhuluma neSoccer Laduma, udalule ukuthi iChiefs isiqaphile isimo phakathi kukaCastro neSundowns futhi icabanga ukumthatha.

Kodwa noma kunjalo, le nkakha ithe lo mdlali angase angawenzi umsebenzi njengokuba kulindelekile, wathi ukudlala kwakhe kahle kuzoncika kuyena lo mdlali.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.