Asikhululekile bengakakhululeki abantu besifazane - Mkhize

2017-08-27 10:58

Durban - "Ngeke sasho ukuthi abantu bethu bakhululekile kuze kube abesifazane bathola inkululeko kwezomnotho,” kusho umgcinimafa we-ANC uZweli Mkhize.

UMkhize ubekhuluma emcimbini wenyanga yabesifazane obuhlelwe iKusasa Le-Afrika Foundation eMlazi, eningizimu yeTheku ngoMgqibelo.

"Awukho umkhawulo ezintweni ezingazuzwa ngabantu besifazane,’ esho.

OLUNYE UDABA: Imayini idumele ngokushona komvukuzi

UMkhize ugqugquzele abesifazane ukuba bazibandakanye nezinto zomphakathi, "bekuqonda ukuthi uMthethosisekelo ubavulele yonke iminyango yokuba bangabamba noma yisiphi isikhundla ngokufisa kwabo.”

"Bantu abasha, ikakhulukazi nina besifazane, kudingeka ninakekele impilo yenu, nizigcine nisesimeni esihle sempilo ukuze nibambe iqhaza emphakathini,” kusho uMkhize.

UMkhize uthe amadoda akuleli kudingeka alwisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.