Avele aziculela "amaphara" eboshelwa ukudayisa ugebhezi lomuntu

2016-08-05 11:35

Durban - Bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela abantu ababaili abahlala emgwaqeni eThekwini ngesikhathi bebanjwa bedayisela izinyanga ugebhezi lomuntu ngoLwesine.

La bmadoda eneminyaka engu-24 ubudala neneminyaka engu-20 ubudala abanjwe oqotsheni ethengisa ngalolu gebhezi.

OLUNYE UDABA: Kutholwe ugebhezi lowesifazane eduzane naseMtuba

Amaphoyisa amaphakathi nedolobha leTheku la basolwa babanjwe beluthengisa ngemali ephakathi kwengu-R100 nengu-R400 ugebhezi.

La basolwa ngokwephephandaba iSolezwe bavele baziculela ngesikhathi eboshwa.

Kuthiwa azivumele ukuthi ugebhezi ngolwabo ngoba aluthole emgqomeni.

Okhulumela amaphoyisa eThekwini uCaptain Khephu Ndlovu uqinisekise ukuboshwa kwabasolwa ngokutholakala nezicubu zomuntu.

"Amaphoyisa abizelwe emakethe eThekwini kuthiwa kukhona abantu abadayisa ngogebhezi, abafica besaludayisa."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.