Avelile amadoda angu-9 asolwa ngokudlwengula ingane, 13

2017-01-28 08:20

Cape Town – Abesilisa abangu-9 abasolwa ngokudlwengula intombazane eneminyaka engu-13 ubudala yaseNyanga, bafake amaphepha enkantolo okuthi kungani kumele banikezwe ibheyili.

Lezi zincwadi ezifungelwe zinikezwe iNkantolo yeMantshi yaseWynberg, kanti uMbuso kulindeleke ukuba ukhiphe isinqumo ngomhlaka-1 Febhuwari.

La madoda asolwa ngokudlwengula ephindelela le ngane, 13, eyivalele emjondolo oseNyanga ngomhlaka-11 Novemba.

OLUNYE UDABA: Ngeke asabhekana necala umfundi obesolwa ngokudlwengula omunye

Kuthiwa le ngane yayihamba yodwa emgwaqeni ngabo-20:00 ngesikhathi ithunjwa ngowesilisa oyedwa, waya nayo emjondolo lapho afike ayidlwengula khona ephindelela nabangani bakhe.

Bayigcina le ngane ubusuku bonke baze bayidedela ngakusa.

Umsolwa wesishiyagalolunye zimkhalele ngesonto eledlule efika evela e-Eastern Cape.

Abasolwa baphakathi kweminyaka engu-18 no-20 ubudala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.