Avelile amadodakazi abhekene nelokubulala uyise

2018-02-28 14:00

eLimpopo -  INkantolo kaMantshi eVuwani ibigcwele phama ngesikhathi kulalelwe icala labasolwa abane ababekwe icala lokubulala iphoyisa.

UWarrant Officer Alugumi Nemugumoni, 56, wasendaweni yaseTshakhuma, ubeneminyaka engu-29 esebenza njengephoyisa.

UNemugumoni wahlaselwa ngabantu abangaziwa abebemlinde emzini wakhe ebuya emsebenzini.

Kulaba basolwa abane ababanjiwe kubalwa namadodakazi akhe amabili uPhophi, 21, noKhathutshelo, 26, okukholakala ukuthi yibona ogqondongqondo kuleli cala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.