"Awavezwe amagama amadoda asulela amantombazane nge-HIV"

2016-07-11 19:01

Pretoria -  “Abangani bami abaningi engangifunda nabo ekolishi babulawa isifo sesandulela ngculazi, kubika iSowetan.

“Abantu abalivumi iqiniso ngalesi sifo, esikhundleni salokho bathi badliswe ushevu noma kwesinye isikhathi bathi bathakathiwe,”kusho iphini likaNgqongqoshe wuMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi uHenrietta Bogopane-Zulu.

UBogopane-Zulu usho lokhu ethula inkulumo ejele iKgosi Mampuru II ePitoli lapho bekunomcimbi wokuvulela inkomfa ye-AIDS ezobanjelwa eThekwini ngesonto elizayo.

Uthi sekuyisikhathi sokuba abantu bayeke ukuba namahloni ngalesi sifo kodwa kukhulunywe ngaso ngokuvulelekule.

Uqhubeke wathi uzophuma umkhankaso wokugqugquzelwa ukuba avezwe amagama amadoda amadala asulela izingane ngalesi sifo sesandulela ngculazi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.