Awumfanele u-R10m uVilakazi, kusho uPitso

2016-07-01 11:31

Johannesburg – Umqeqeshi usezame ukuthalalisa imibiko ethi iMamelodi Sundowns ikulungele ukuhlangabezana no-R10 million ofunwa ngomdlali weBidvest Wits, uSibusiso Vilakazi.

UPitso Mosimane uthe lo mdlali ayimfanele neze le mali adayiswa ngayo, kubika iKickOff.com.

Sekunesikhathi uVilakazi eyamaniswa neSundowns, kanti sekubikwa ukuthi ne-Orlando Pirates isemabhukwini abagaqele lo mdlali.

OLUNYE UDABA: Singomafikizolo kulo mqhudelwano – Mosimane

IWits yasinqaba isiphakamiso seKaizer Chiefs ngalo mdlali, njengoba yayifuna ukuthi aMakhosi amnikeze abadlali ababili ngaye eyedwa.

“Ngeke sikwazi ukukhokha imali enkulu kangaka. Ngokubona kwami ngicabanga ukuthi akekho umdlali ofanelwe u-R10 million eNingizimu Afrika,” esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.