Awuthi vu uToyota ngomonakalo odalwe yisiteleka enkampanini

2017-06-02 07:01

Durban - Abenkampani ekhiqiza izimoto iToyota bathule du ngomonakalo odalwe yisiteleka sosomatekisi enkampanini ngoLwesithathu, eThekwini.

Abasebenzi basebusuku bavaleleke ngaphakathi kule nkampani ngemuva kokuba abashayeli bamatekisi bebekhala ngenani eliphezulu okuthengiswa ngalo uhlobo lwamatekisi, iQuantum.

Labo somatekisi bebevale imigwaqo engakule nkampani baphinde bavala nemigwaqo emikhulu eThekwini.

OLUNYE UDABA:Abamatekisi besabisa ngokumisa zonke izinto uma uToyota engaphenduli

Abasbenzi abebezosebenza emini ngalolu suku bayalelwa ukuba bangalubhadi emsebenzini.

USuben Moodley oyisikhulu kule nkampani uqiniseklise ukuthi usuku lonakala kakhulu ngenxa yalesi siteleka esaphela ngemuva kokudluliswa kwezikhalo ngabo-11:00.

Ukusebenza kuqhubeke njengenjwayelo ngoLwesine enkampanini.

"Ngeshwa asikwazi ukuphawula ngomonakala odalwe yisiteleka okwamanje," kusho owezokuxhumana enkampanini.

Khonamanjalo, iDA KwaZulu-Natal icele uNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal uMxolisi Kaunda ukuba angenelele ezingxoxweni eziphakathi kukahulumeni wesifundazwe, iSA Ntional Taxi Council okuyiyo ebihlele isiteleka kanye nezinye izikhulu ezithintekayo.

- TMG Digital/TimeLive

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.