Ayihambanga kahle i-Essence Festival: DA

2016-11-16 07:27

Durban - IDemocratic Alliance isola uMasipala waseThekwini ngokumosha imali emcimbini i-Essence Festival obungempelasonto eThekwini.

Leli qembu lithi umcimbi awuhambanga kahle kanti abahleli baphetha ngokuphisana ngamathikithi ngenhloso yokugcwalisa inkundla yezemidlalo ngeSonto, usuku umcimbi owawuphetha ngalo.

Imali eyasetshenziswa emcimbini weGospel ngeSonto ibalelwa ku-R46 million.

"Kwasetshenziswa imali yomphakathi ukuthenga utshwala, lokho kuthanda ukusikhathaza," kusho isikhulumi se-DA uZwakele Mncwango.

OLUNYE UDABA: Ucishe waqulekisa abahleli bomcimbi umethuli wezinhlelo

"Iningi labantu enkundleni laphiwa amathikithi ngisho namakhansela imbala aphiwa amathikithi ngenhloso yokuyigcwalisa."

Kodwa abahleli bomcimbi bathi i-DA izama ukunika uMasipala igama elibi.

UPhillip Sitholwe wezokuvakasha eThekwini uthe vele abantu abafuna ukudicilela phansi umcimbi bazokhuluma kanje.

INkatha Freedom Party yona ivumelana nabahleli bomcimbi ekutheni umcimbi wahamba ngokohlelo.

USihlalo we-IFP eThekwini, uMduduzi Nkosi uthe: " Ngangisenkundleni, kwakugcwele, sabala izinkulungwane zabantu ababekhona."

 - eNCA


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.