Ayikacaci imbangela yokudutshulwa komfundisi

2017-08-10 16:05

Mpumalanga - Amaphoyisa aphenya ngesigameko sokudutshulwa komfundisi esemzini wakhe kwaNyamazane.

Amaphoyisa athi akukacaci kahle okwamanje ukuthi bebebangaki abasolwa abahlasele lo mndeni.

Lo mfundisi odumile kule ndawo kuthiwa ubehleli nomkakhe nengane yabo ngesikhathi behlaselwa yizigebengu.

OLUNYE UDABA:Amawele ama-'Idols' avikele umfundisi osolwa ngawocansi

Kuthiwa izigebengu zifike zabafuna imali ngaphambi kokuba zibadubule.

Ngokubika kweMpumalanga News, kube yinhlanhla ukuthi lo mndeni usinde kulokhu.

Amaphoyisa athi asaphenya ngalesi sigameko kanti okwamanje asalinde isitatimende esiphele ngokwenzekile.



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.