Ayikaziwa imbangela yengozi okulimale kuyo 16 wabantu eThekwini

2018-01-28 08:56

Durban – Kulimale abantu abangu-16 ngesikhathi kushayisana inqwaba yezimoto emgwaqeni omkhulu u-N2 ngaseChesterville, kusho abezimo eziphuthumayo baKwaZulu-Natal ngoMgqibelo.  

Abosizo lokuqala bakwaRescue Care bafike endaweni yesigameko ngabo-13:30, kusho umkhulumeli wabo uGarrith Jamieson ngesitatimende.

"Umuntu obehamba ngezinyawo ushayiswe yimoto kwase kuholela ekudalekeni kwenye ingozi,” esho.

Uthi iloli itholane phezulu nezimoto eziningi, yadudula ezinye ezimbili yazikhipha emgwaqeni zayokhalakathela eweni.

UJamieson uthe kube yizimoto ezingu-11 neloli ebezibandakanyeke kule ngozi.

Abantu abalimele baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene eThekwini ukuze bayothola usizo lwezempilo oluthe xaxa.

"Ngesikhathi abosizo lokuqala bezama ukusiza izisulu, umphakathi ubonakale weba izimpahla ezimotweni,” esho.

Amaphoyisa abesaphenya ngembangela yale ngozi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.