'Ayikho imali ebekelwe ukuba angenyuswa amanani okufunda'

2016-08-12 17:34

Johannesburg -  UMgcinamafa kazwelonke uthi akazange abeke eceleni imali yokuba angenyuswa amanani okufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme ngonyaka ozayo.

Ngonyaka odlule imibhikisho yabafundi ezikhungweni zemfundo ephakeme ezweni lonke yaholela ekutheni uhulumeni athathe isinqumo sokuba angenyuswa amanani okufunda.

Funda nalolu daba: Kushone unkosikazi wenkosi yabaThembu

Manje uMgcinimafa uthi abazenzanga izinhlelo zokuba isinqumo sangonyaka odlule sisebenze nangonyaka ozayo.

UMgcinimafa uthi bahlele ukuba enyuke amanani okufunda ngonyaka ozayo kanti manje sebezoqhubeka nokubamba iqhaza ezingxoxweni zamanani.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.