Ayinasisekelo imizamo yokuphikisa isinqumo senkantolo ngoHlaudi - DA

2017-02-03 18:15

Johannesburg - IDemocratic Alliance (DA) ithi ayinasisekelo imizamo yeSABC yokuphikisa isinqumo seNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngoHlaudi Motsoeneng.

Le nhlangano ithi ifuna ibamba lesikhulu esiphezulu eSABC, u

James Aguma, likhokhe izindleko zenkantolo ngemali yalo.

Isinqumo ngalolu daba sisagodliwe.

OLUNYE UDABA: Zabulawa yindlala namakhaza iziguli ezaziphazamiseke ngokomqondo

NgoDisemba ngonyaka odlule, inkantolo yakhipha isinqumo esithi uMotsoeneng waqokwa ngokungemthetho esikhundleni yokuba yinhloko yezindaba zenkampani.

UMehluleli Owen Rogers no-Andre le Grange bayalela ukuba uMotsoeneng amiswe ngaso leso sikhathi kulesi sikhundla.

Baphinde bathi akufaneke kube nesikhundla anikwa sona eSABC.

 - SABC / ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.