Azohlawuliswa u-R1 000 ngosuku amalungu ePhalamende alovayo

2016-08-16 20:29

Cape Town – Amalungu ePhalamende alovayo azohlawuliswa u-R1 000 usuku ngalunye alulove ngaphandle kwesizathu.

Lena ngeminye yemigomo egunyazwe yikomidi lemithetho yePhalamende ngoLwesibili, kulandela ukwamukelwa kwemithetho emisha.

Imithetho emisha yagunyazwa ngoMeyi, ngaphambi kokuba iPhalamende lithathe ikhefu lokhetho.

Funda nalolu daba: Klindeleke kuqale ukufunda e-UKZN

Angu-211 amalungu ePhalamende avotela ukuba ayahambisana nalo mthetho kwangu-61 aphikisana nawo.

Lo mthetho usuyasebenza kodwa uzoqala ukubonakala uma selibuyile iPhalamende ekhefini.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.