Azohlolelwa amanga amakhansela e-DA kulandela ukukhishwa kweMeya yayo

2017-06-14 14:00

Johannesburg - Buyaveva ubuholi beDA kuMasipala waseMogale City kulandela ukuketulwa kweMeya yabo, kubika i-Politics and Development Hub.

Lobu buholi bufuna ukuhlola wonke amakhansela awo angaphansi kwalo masipala ukuze kubonakale ukuthi ngobani abavote namanye amaqembu ukuze kugudluzwe iMeya uMichael Holenstein.

UHolenstein wakhishwa ngesonto eledlule ngemuva kwevoti elithi abuthembakali ubuholi bakhe. Ayengu-39 amakhansela avotela ukuba akhishwe kulesi sikhundla kanti ayengu-38 ayephikisana nalesi sinqumo.

Lokhu kusho ukuthi kunekhansela elilodwa kulolu mbimbi oluhambisana ne-DA elivote ne-ANC ukuze kukhishwe le meya.

OLUNYE UDABA:EZINGENA MANJE: UZille neDA sebenze isivumelweno

I-ANC ayisithandanga neze lesi sinqumo se-DA yathi iphendula umbuso wentando yabantu ube yinhlekisa.

“Lokhu kubonisa ukuthi iNingizimu Afrika ngeke ikwazi ukuyethemba i-DA nomkhankaso wayo wokufuna ukubusa ngokwentando yabantu uma kuyiyona eshaya ungqimphothwe,” kusho i-ANC ngesitatimende.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.