Azoshintshwa amagama emigwaqo eTshwane

2016-07-21 20:30

Pretoria - Inkantolo yoMthethosisekelo isikhabile isicelo se-Afriforum sokushintshwa kwamagama emigwaqo eTshwane.

Le nkantolo isihoxisile isicelo sale nhlangano sokuba kubuyiselwa amagama emigwaqo kanye nezimpawu zakudala kuleli dolobha.

Umahluleli uMogoeng Mogoeng uthe isinqumo senkantolo enkulu sokuba kubuyiselwa amagama kanye nezimpawu zakudala kuzobiza R26  miliyoni wamarandi.

OLUNYE UDABA:Intsha ye-AfriForum ayifuni kuyekwe ukufunda ngesiBhunu

Ubuye wathi isikhalazo se-Afriforum sokuthi ukushintshwa kwagamaga kwenza bazibone bengenandawo kuleli dolobha kuthunaza isithunzi sezinye izinhlanga.

“Ukungabinazwelo nokuqondisisa ngengcindezelo eyayibhekene nabantu abansundu kumakhulu eminyaka,” kusho yena.

Ilungelo abanalo beyi-Afriforum ukubamba iqhaza ekwenzeni le nqubo ibe yinhle uma kuguqulwa amagama emigwaqo, kubika iSowetan.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.