Babalelwa ku-19 abantu abashone ngempelasonto kaKhisimusi kwezomgwaqo

2016-12-28 14:31

 Cape Town – Babalelwa ku-19 abantu abashone ezingozini zomgwaqo ngempelasonto kaKhisimusi esifundazweni saseWestern Cape.

Lokhu kuvezwe uMnyango wezokuThutha kanye nokuSebenza kulesi sifundazwe ngoLwesithathu.

"Kube yimpelasonto ende, embi nemnyama emigwaqeni yethu kulesi sifundazwe."

OLUNYE UDABA:Seziphenduke insakavukela izingozi zamatekisi

"Lesi bekuyisikhathi senjabulo kodwa manje sesivele saphenduka esosizi nobungozi kwabasebenzisa imigwaqo," kusho lomnyango.

Engozini ebinkulu kakhulu kulokhu, kushone abantu abangu-13 okubalwa kubo nezingane ezimbili ngoMgqibelo ngesikhathi ibhasi le-Intercape lishayisana net5ekisi ku-N1.

Kwezinye izingozi ezimbili zangoMgqibelo emini, kushone ababili abahamba ngezinyawo nokuyizingane ziminyaka emihlanu kanye nenonyaka owodwa ezishayiswe izimoto zashona endaweni yaseWild Coast.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.