Babanjiwe abasimame abagebenga iziguli ezibhedlela

2016-08-16 13:30

Pietermaritzburg – Kubanjwe abesimame ababili abasolwa ngokugebenga iziguli ezibhedlela zaseMgungundlovu kanye naseHowick.

Kuthiwa laba besimame abagqoka imifaniswano yamaMuzilemu, bahambela izibhedlela ezahlukene bazijwayeze ngezigulu noma bazenze izihlobo zabo uma bezotshontsha.

Owesimame owangeniswa esibhedlela iSt Anne ePietermaritzburg ngesonto eledlule uthi umakhalekhukhwini wakhe wanyamalala ngemuva kokuvakashelwa owesimame oyiMusilemu.

Funda nalolu daba:Zimkhalele unesi osolwa ngokudlwengula isiguli esikhulelwe

“Bengibuya ukuyokwenza i-CAT scan, ngisadidekile engqondweni ngesikhathi kufika owesimame. Ufike wangibuza ukuthi ngizizwa kanjani, engitshela nokuthi umama uthe uzoza azongivakashela kungekudala.”

Lesi siguli sithi sabona amehlo kuphela kulesi sivakashi ngoba besizimboze umzimba wonke.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.