Babanjwe besagqekeza abasolwa abathathu eMpangeni

2017-01-19 19:32

eMpangeni - Uphiko lweK9 eMpangeni kanye nophiko lwe-Flying Squad eRichards Bay batholane phezulu nezigebengu zisaphanga.

Lawa maphoyisa abizelwe emzini oseBrankenharm lapho abasolwa bebehamba ngemoto yohlobo lweVW Polo.

Le moto itholakale ipake egcekeni lapho kuphangwa khona abasolwa bephakathi. Ngesikhathi amaphoyisa esondela kule moto, abasolwa bavulele ngenhlamvu.

OLUNYE UDABA:Kushone abathathu izigebengu zigasela KwaMnyandu Mall

Umsolwa oyedwa udutshulwe washona khona lapha  kwaboshwa ababili. Abasolwa bathole izibhamu ezimbili kanye nempahla eyebiwe kule moto.

Uphenyo lwamaphoyisa luveze ukuthi lemoto yebiwe endaweni yaseMpangeni ngomhlaka 17 kwephezulu.

Abasolwa ababili ababoshiwe bazovela phambi kweMantshi yaseMpangeni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.