Babanjwe eMlazi abasolwa ngokuthumba babulale abashadikazi

2017-03-26 10:30

UChristine, 57, nomyeni wakhe uRoger Solik, 66, bathunjwa ekhaya labo elikumgwaqo uNottingham ngesikhathi kuphangwa.

Lokhu kwenzeka ngenyanga kaFebhruwari kanti laba bashadikazi bangcina bebulewe.

Amaphoyisa aseNottingham Road asebenzisane nophiko lwe-K9  asebenza ngokuzikhandla ukuthungatha abasolwa abathathu.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abasolwa ngokudlwengulwa kowesifazane etekisini

Laba basolwa abaseminyakeni ephakathi kuka-31 kuya ku-42 batholakale elokishini laseMlazi eThekwini kanti abanye batholakale endaweni yaseMpendle ngoLwesihlanu ebusuku.

“Amaphoyisa asebenza ngokuzikhandla ubusuku bonke bethungatha abasolwa eMlazi kulandela ukulunywa indlebe. Umsolwa okunguyena othathwa njengongqondongqondo walokhu ubanjwe eMalzi.

“Olunye uphenyo luholele amaphoyisa endaweni yaseMpendle lapho kubanjwe khona abanye abasolwa ababili,”kusho amaphoyisa.

Isibhamu esisodwa esitholwe amaphoyisa kubasolwa kutholakala ukuthi sebiwa elokishini lase-Orlando eSoweto.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.