Babhodla umlilo abamatekisi ngezinsolo zezinkabi

2016-07-29 14:30

Durban - Inkulumo kaNgqongqoshe wamaPhoyisa uNkosinathi Nhleko ayehlanga kahle kubanikazi bamatekisi.

Lo ngqongqoshe wathi ababulali bamalunga ezombusazwe izinkabi ezisetshenziswa kakhulu embonini yamatekisi.

UNobhala jikelele we-South African Transport Alliance uBafana Mhlongo utshele abeSOLEZWE ukuthi inkulumo kangqongqoshe ibacasule kabi ngoba usefaka imboni yabo kwizinkinga abangahlangene nazo.

"Uma ungqongqoshe enobufakazi bokuthi imboni yethu inezinkabi kungani angazibophi ngoba unamandla okwenza lokho,"kusho uMhlongo.

UMhlongo uthi inkulumo kaNhleko ithunaza igama lale mboni ngoba kuzoba sengathi bonke abantu abanamatekisi bayizinkabi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.