Babili abagwetshwe udilikajele enkantolo yaseMadadeni eNewcastle

2018-02-10 15:32

eThekwini - Ngomhlaka 5 Febhruwari 2018 inkantolo yaseMadadeni igwebe isangoma,61 kanye nomunye umsolwa udilikajele ngecala lokudlwengula.

Lokhu kumayelana necala elenzeka ngoMashi 2016 umfana oneminyaka engu-14 ubudala wagula kangangokuba abakubo bamhambisa emuntwni ohlolayo befuna usizo.

Umelaphi lo watshela lo mndeni ukuthi isimo salo mfana sibi kakhulu futhi kumele futhi kumele bamubuyise kuye njalo ebusuku. Lo mfana waya emzini walo melaphi izinsuku ezintathu zilandelana.

"Ngemuva kwalokhu wanqaba ukubuyela, ngesikhathi ekhaya bemubuza ukuthi kungani engafuni wabika udaba lokuthi lomelaphu ubemdlwengula njalo ebusuku ethi yindlela yokumelapha," kusho amaphoyisa ngesitatimende.

Umndeni womfana wavula icala emaphoyiseni ophiko lweNewcastle Family Violence, Child Protection and Sexual Offences Unit.

Umsolwa waboshwa wagqunywa ezitokisini kwase kwaba wukuthi uyagwetshwa.

OLUNYE UDABA:Limgojele umfundisi ulapha ibandla ngesifutho sezinambuzane

Kwelinye icala, le nkantolo ibuye yagweba omunye umsolwa oneminyaka engu-27 ubudala udilikajele ngecala lokudlwengula ingane eneminyaka engu-12 ubudala.

Kuthiwa leli cala lenzeka ngo-2012 ngomhlaka 27 Mayi endaweni yaseBlaaubosch elokishini laSosizweni lengane inabafowabo kanye nosolwa naye ongumfowabo.

Kuthiwa umfowabo omncane uyena owabona udadewabo ehleli phezu kwalo msolwa ethoyilethi waphuthuma endlini ukuyobikela abazali.

Ngesikhathi ebuzwa umsolwa waliphika icala wabalekala ekhaya likamama wakhe omzalayo eDriefontein.

Ingane yakuvuma konke okwenzeka yaphuthunyiswa kudokotela nokuyilapho okwabonakala khona ukuthi ulimele kabi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.