Baboshiswe abazali abafana abathathu abasolwa ngelokubulala

2016-05-26 12:34

Cape Town – Abafana abathathu abasolwa ngelokubulala owesilisa baboshiswe abazali babo, kubika iDaily-Voice.

Laba bafana baseminyakeni ephakathi kuka-14 no-16 ubudala baboshwa ngoMsombuluko ngezinsolo zokubulala uMarchello George Fuller ngomhlaka 14 kuNhlaba eHanover Park.

Umndeni kaFuller, 20, uthe ushonele endleleni eya esibhedlela ngemuva kokugwazwa nokugxotshwa ngamatshe.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe umfana owashada intombazane bengazi abazali

“Umkami watshela uMarchello ukuba ayolanda umshana wakhe kwathiwa ahambe nalo munye wabasalwa ona-14 weminyaka. Uma befika lapha umsalwa wahlala nabangani bakhe engasafuni ukubuya ekhaya.

“UMarchello wamdonsa ngengalo kodwa wabaleka lo mfana wathatha ibhodlela waliphahlaza, kusenjalo omunye wabangani bakhewakhipha ummese wawunika lo wesithathu okunguyena owamgwaza  amanxeba aphindaphindiwe esifubeni,”kusho umalume wakhe.

Amaphoyisa akuqinisekisile lokhu okwenzeka mayelana nokuqubuka kwengxabano kanti futhi asaqhubeka nokuphenya.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.