Baboshiwe ababanjwe nemoto yombutho wezempi eVhembe

2018-04-24 14:07

Limpopo -  Amaphoyisa abophe iqulu lezigebengu ezisolwa ngokugebenga imoto yemali eVhembe, eLimpopo.

Kukholakala ukuthi la madoda abekuhlelile ukugebenga le moto.

Abasolwa babanjwe behamba ngemoto yohlobo lwe-BMW 540i enezinombolo zamasosha.

OLUNYE UDABA: OKlebe babophe izisebenzi zenkampani yonogada kwesokwebiwa kuka-R30m 'kubanjwa inkunzi'

Kutholakale nezinye izimoto okukhona kuzo nokubikwe ukuthi iduniwe, kwatholakala futhi nezibhamu.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Moatshe Ngoepe uthe bekusebenzisana amathimba ahlukahlukene amaphoyisa okubalwa kuwo abeProvincial Tracking Team, iSaps Air Wing, iCrime Intelligent, kanye namaphoyisa aseMphephu naseSiloam.

Abasolwa babanjwe edolobheni eDzanani ngoMsombuluko.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.