Baboshiwe abafundi abacekele phansi impahla yesikole e-KZN

2016-05-18 18:30

Weenen – Abasolwa bazoqondiswa izigwege ngokulandela inqubo yoMthetho weZingane Wezobulungiswa futhi bazovela enkantolo kaMantshi eWeenen.

Ngomsombuluko kuhlanganyele amathimba ahlukahlukene abaphoyisa i-Ladysmith Tactical Response Team (TRT), Ladysmith K9 Unit kanye ne-Pietermaritzburg Public Order Police belibangise kwaNobamba. Lamaphoyisa afike azithela phezu kwempi ebiphakathi kwabafundi.

Kuthiwa iqoqo labafundi abebemisiwe noma abaxoshiwe esikoleni ngokungaziphathi kahle bahlanganyele ndawonye basusa uthuthuva ukuze baphazamise abanye abafundi.

OLUNYE UDABA:Kukhulelwe abafundi abangu-30 esikoleni esiseMpangeni – Umbiko

Ngomsombuluko ekuseni, laba bafundi bajikijele abanye abafundi ngamatshe. Kuphuke amawindi ebhasi lesikole, amawindi amakilasi, kwalimala neminye imizi eyakhelene nesikole.

Amaphoyisa agxume ahlala kwaboshwa abafundi abangu-20 abaneminyaka ephakathi kuka-15 no-19 ubudala, bonke bazobhekana namacala okususa uthuthuva emphakathini.

Ladysmith-gazette

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.