Baboshiwe abagasele ehhovisi likaMadonsela befuna umhlaba wabo

2016-07-20 14:31

Pretoria – Umvikeli Womphakathi uThuli Madonsela usale ebambe ongezansi kufika iqoqo labantu abangu-26 abamele inhlangano i-Black First, Land First ehhovisi lakhe eHillcrest, Pretoria.

Ngokwemibiko ye-Pretoria News, baboshiwe bonke laba bantu, kanti kubo kubalwa usomlomo wale nhlangano ezweni lonke u-Mngxitama, umhleli kazwelonke uYerushka Chetty, usomlomo uLindsay Maasdorp kanye nonobhala wemfundo yezombusazwe uNcedisa Mpemnyama.

OLUNYE UDABA:"Ithiphu uyoyithola mhla nabuyisa umhlaba", kutshelwa uweta womlungu

Bonke bavele phambi kwenkantolo kaMantshi ePitoli ngoLwesibili ngamacala okusabisa, ukushaya nokngena endaweni ngaphandle kwemvume.

Icala labo lihlehliselwe uLwesithathu wesonto elizayo njengoba kusazophenywa kabanzi ngabo namacala abake babanawo phambilini, kubika iPretoria News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.