Baboshiwe abasolwa ababambe inkunzi ngesibhamu sethoyizi

2016-07-28 11:30

Durban - Kuboshwe abasolwa ababili, oyedwa wabo utholwe nesibhamu sethoyizi ngemuva kokuba kuphucwe indoda iselula yayo eManzimtoti.

Indoda eneminyaka engu-35 ubudala ibihamba ngakuBriscoe Place ngesikhathi ihlaselwa ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele obekhomba abashayeli ngesibhamu sethoyizi eP.E

Inhlangano iCommunity Crime Prevention Organisation (CCPO) ibikelwe yizakhamuzi ngesigameko. Amaphoyisa nonogada benkampani ezimele endaweni abophe izigebengu kuDan Pienaar Road.

Izigebengu zitholwe nesibhamu sethoyizi, ummese neselula yesisulu.

Abasolwa bathweswe icala lokuphanga, ukutholakala nempahla eyebiwe nesikhathi esiyingozi, kusho uLieutenant-Colonel Thulani Zwane, kubika iDaily News.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.