Baboshiwe abatholakale nezibhamu ezingekho emthethweni eDannhauser

2017-01-28 18:31

Durban - NgoLwesihlanu, abasolwa abane bavele phambi kweMantshi yaseDannhauser.

Laba basolwa abaseminyakeni ephakathi kuka-19 no-31 ubudala bavele ngelokutholakala nezibhamu nezinhlamvu ezingekho emthethweni.

OLUNYE UDABA:Izigebengu zikhombe iphoyisa ngesibhamu zalithathela imoto

Laba babanjwe ngemuva kophenyo olwenzewe ngamaphoyisa elandela umkhondo wezibhamu ezifihlwe emzini wase-Osizweni.

Efika amaphoyisa athola abasolwa abane nezibhamu ezintathu zohlobo lwe-9mm kanye nezinhlamvu zisesikhwameni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.