Babuhlungu abalandeli ngokudlula kukaLundi

2017-01-27 13:02

Johannesburg - Abalandeli benkakha yomculi weGospel uLundi Tyamara, 38, bathi imboni yomculo weGospel ulahlekelwe kakhulu.

ULundi udlule emhlabeni ekuseni ngovivi ngoLwesihlanu esibhedlela i-Edenvale, eGoli.

ULundi ubenenkinga yesibindi ne-TB yesisu kanti ubesehlale esibhedlela kusukela ngo-Okthoba.

OLUNYE UDABA: "Ulwile uLundi kodwa kwamnqoba ukufa"

Omunye wabalandeli bakaLundu, uStanley Kobela, uthe ubuhlungu kakhulu ngokudlula kwalesi sihlabani.

"Alale ngokuthula, silahlekelwe yiqhawe eNingizimu Afrika kanti futhi ngishaqeke kakhulu. Anginawo amaningi. Kubuhlungu okwenzekile. Silahlekelwe kakhulu. Uma ungase ubheke, abaculi beGospel basishiya ngapha nangapha. Siqale sashiywa wuSifiso Ncwane manje sekunguLundi, kubi kule mboni."

 - SABC

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.