Babuhlungu abalingisi ngokushona koweGenerations

2016-12-27 09:07

Johannesburg - Akasekho emhlabeni uphrojusa womdlalo owuchungechunge kumabonakude iGenerations uFriedrich Stark.

Abalingi abebesebenzisana noStark babele ezinkundleni zokuxhumana iTwitter bebhala ngomthelela abenawo emsebenzini wabo baphinda badlulisa namazwi enduduzo emndenini wakhe.

OLUNYE UDABA: OweGenerations ulandisa ngokubuhlungu bokudlula kwendodana

UStark udume kakhulu ngomsebenzi wakhe wokuphrojusa nowokulingisa njengoba ake alingisa kweminye yemidlalo yakuleli emkhulu yesibhunu iBinnelanders.

Lo phrojusa uke walingisa nakuParys Parys odlalelwa edolobheni lesifundazwe iFree State iParys.

Okubhalwe kuTwitter:

  - eNCA

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.