Babuyela enkantolo abashaya izithandani esitolo sakwa-KFC

2017-08-23 11:02

Johannesburg - Kulindeleke ukuba avele namuhla (ngoLwesithathu), eNkantolo yeMantshi yasePretoria amadoda amathathu kwamahlanu abandakanyeka esigamekweni sokucwasa ngokwebala esenzeka ngaphandle kwesitolo sakwa-KFC .

UStephan Nel, uJoshua Schultz noDJ van Rooyen babhekene namacala okubalwa elokuzama ukubulala, ukushaya nokukhomba ngesibhamu.

OLUNYE UDABA: Kushone inswelaboya ebibamba inkunzi kwa-KFC

Ngenyanga edlule kwasabalala i-video ezinkundleni zokuxhumana  etshengisa abelungu abahlanu behlasela izithandani zebala elimnyama.

Laba bobathathu babuyele enkantolo ukuyoqhubeka nokufaka isicelo sabo sebheyili.


 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.