Babuyela enkantolo abasolwa ngokubulala umbhali wezincwadi

2017-02-01 07:43

Cape Town – UNigel Plaatjies kanye noJohannes Plaatjies kulindeleke babuyele eNkantolo  yeMantshi yaseWellington ngoLwesithathu ngecala lokubulala umbhali wezincwadi zesiBhunu uWinnie Rust.

URust watholakala eshonile emzini wakhe ose-Uitsig, eWellington, ngoMeyi 11 nyakenye.

URust kwakunguyena okhokhela uNigel imali yokufunda kanye nezinye izindleko zokuqeqeshela ukusubatha.

OLUNYE UDABA: Isosha lidibule kabulala iphoyisa eThekwini

Unina wayesebenzela indodakazi kaRust.

NgoNovemba inkantolo yasichitha isicelo sesibili sebheyili esasifakwe uNigel, ithi ubufakazi bumbeke esimeni esinzima kunesaphambilini.

Inkantolo yathi ubufakazi bukaNigel buyashayisana nesitatimende asenza emaphoyiseni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.