Babuyela enkantolo abasolwa ngokudla umuntu

2017-09-28 09:31

Pietermaritzburg – Abesilisa abahlanu abasolwa ngokudla umuntu kulindeleke babuyele eNkantolo kaMantshi e-Etcourt ngoLwesine. 

Inyanga uNino Mbatha, 32, uSithembiso Sithole, 31, Lindokuhle Masondo, 32, Lungisani Magubane, 30, noKhayelihle Lamula, 32, babhekene necala lokubulala nolokwakha uzungu lokubulala.

Kuthiwa abasolwa badlwengula, babulala owesifazane, abagcina ngokumudla.

Abesilisa abane baboshwa ngo-Agasti 18, ngemuva kokuba uMbatha eye emaphoyiseni ephethe izicubu zomuntu, wawatshela ukuthi usekhathela yena yilo mkhuba.

OLUNYE UDABA: Usana lutholakale lufakwe esikhwameni sesudu, lushonile

ULamula waboshwa ngo-Agasti 22.

Ngesikhathi begcina ukuvela enkantolo ngo-Agasti, bahoxisa isicelo sebheyili.

Alikho icala ngokudla umuntu eNingizimu Afrika, kodwa ngokoMthetho wezeMpilo akuvumelekile ukutholakala nezicubu zomuntu ngaphandle uma ugunyaziwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.