Babuyela enkantolo abasolwa ngokweba izikhali zamasosha

2016-08-11 12:31

Cape Town – Kulindeleke ukuba iphothulwe eyokufakwa kwesicelo sebheyili yamadoda amathathu asolwa ngokweba izikhali enkanjini yamasosha eseSimon's Town, eKapa.

Laba baboshwa ngemuva nje kancane kokuthi kwebiwe lezi zikhali ngenyanga eyedlule.

Phakathi kwezinto abazeba kubalwa izibhamu, amabhomu amancane nokunye.

OLUNYE UDABA: Bavelile abasolwa ngokweba izikhali e-SA Navy

UDillon Sewkumar noDuncan Gouviac babekwe icala lokugqekeza, ukweba nokwepula i-Explosives Act.

Ummangalelwa wesithathu uKarabo Ramakgopa, 19, yena ubekwe icala lokutholakala nezikhali ezingavunyelwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.