Babuyele enkantolo abafaka umuntu ebhokisini lomngcwabo ephila

2017-01-25 11:34

Middleburg - Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi, iCongress of South African Trade Unions, (Cosatu) ithi izokwenza yonke imizamo ukuphikisana nokudedelwa ngebheyili kwamadoda amabili asolwa ngokufaka uVictor Mlotshwa ebhokisini lomngcwabo ephila.

La basolwa bobabili babuyela enkantolo namuhla (ngoLwesithathu).

OLUNYE UDABA: Anqatshelwe ibheyili amadoda afaka umuntu ebhokisini lomngcwabo

Kwashaqeka iningi ngemuva kokuputshuka kwe-video ezinkundleni zokuxhumana ngoNovemba ngonyaka ophelile, eyayitshengisa uTheo Jackson noWillem Oosthuizen behlasela uMlotshwa.

Le video yasabalala yavusa izinkulumo kulo lonke leli.

Lesi sigameko kusolwa ukuthi senzeka ngaseKomati Power Station, eMpumalanga.

UJackson no-Oosthuizen banqatshelwa ibheyili ngoDisemba.

 - eNCA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.