Badedelwe ngebheyili ababoshelwa ukushisa isikole

2018-02-08 12:32

Hazyview - Abantu besifazane ababili abasolwa ngokushisa isikole samabanga aphansi eCalcutta kwaMkhuhlu eduzane naseHazyview, eMpumalanga, badedelwe ngebheyili, kusho amaphoyisa aseMpumalanga ngoLwesine.

Laba bobabili badedelwe ngebheyili ka-R1 000 umuntu ngamunye.

UGrace Mabaso, 35, noMargaret Mashaba, 59, okukholakala ukuthi bayingxenye yebhodi elengamele isikole eMavimbela Primary, basolwa ngokushisa isikole ngoLwesibili, kusho uSergeant Gerald Sedibe.

Ngesikhathi amaphoyisa efika esikoleni ngoLwesibili, afica kusha ingxenye yesikole.

OLUNYE UDABA:Bashise isikole eNorth West

Izithombe zitshengisa ukuthi amanye amakilasi okheleka ngomlilo.

UKhomishana wamaPhoyisa esifundazwe uLieutenant-General Mondli Zuma ukugxekile ukushiswa kwesikole wathi kuyethusa ukuthola abazali namanye amalungu ebandakanyeka ekushisweni kwezikole.

Uthe lokhu kuphambana namalungelo ezingane emfundo ekubeni kuyibo okulindeleke ukuthi basize ukuhlela ikusasa lazo.

Abasolwa bavele eNkantolo yeMantshi yaseMkhuhlu ngoLwesithathu, icala lahlehliselwa umhlaka-8 Mashi, kusho uSedibe.



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.